Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 48:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngakho bhekani, izinsuku ziyeza, usho uJehova, lapho ngiyakuthuma abazulazulayo kuye abayakubazulazula, bathulule izitsha zabo, baphule amasaka abo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “engiyakuthuma ngazo kuye abathambekayo abayakumthambeka, bazithulule izitsha zakhe, baziphohloze izimvaba zakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Ngakho-ke bheka, izinsuku ziyeza,” kusho uSimakade, “engiyakuthumela kuye abagumbuqeli abayogumbuqela izitsha zakhe, bathulule izimvaba zakhe, baziphohloze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 48:12
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kumelwe uwaphule ngentonga yensimbi; kumelwe uwaphahlaze njengebhodwe lombumbi.


Ngokuba njengenyoni ezulazulayo elahliwe esidlekeni, ayakuba njalo amadodakazi akwaMowabi ngasemifuleni yase-Arinoni.


Kumelwe ahlephule njengokuphuka kwento yombumbi iphihlizwa ibe yizicucu; akayikuhawukela, ukuze ekuqhumeni kwakhe kungafunyanwa sicucu sokukha umlilo eziko noma ukukha amanzi emthonjeni.


Abakhulu babo bathuma abancane babo emanzini; bafika emigodini, abafumananga manzi; babuya nezimbiza zabo zingenalutho; baba namahloni, bajabha, bamboza amakhanda abo.


Khona-ke kumelwe uliphule igabha phambi kwamehlo amadoda ahamba nawe,


Khalani nina belusi, nikhale; nizibhuqe emlotheni, nkosi yomhlambi, ngokuba izinsuku zokuhlaba kwenu sezidlulile nokuhlakazwa; futhi uzowa njengento ethandekayo.


Bhekani, ngiyakuthuma, ngithabathe zonke izizwe zasenyakatho, usho uJehova, noNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngizilethe phezu kwaleli zwe, naphezu kwabakhileyo kulo, naphezu kwazo zonke lezi zizwe ezizungezile, Uyobashaya ngesiqalekiso, abenze isimangaliso, inhlekisa, incithakalo kuze kube phakade.


UMowabi waphumula kwasebusheni bakhe, wahlala esihlalweni sakhe, akathululwanga kwesinye isitsha ngesitsha, akayanga ekudingisweni; ngalokho ukunambitha kwakhe kwahlala kuye, nephunga lakhe aliguqukanga.


UMowabi uyakuba namahloni ngoKemoshi, njengalokho indlu yakwa-Israyeli yaba namahloni ngeBethele ekuthembeleni kwayo.


UMowabi uphangiwe, wakhushulwa emizini yakhe, nezinsizwa zakhe ezikhethiweyo ziyile ekubulaweni, isho iNkosi egama layo linguJehova Sebawoti.


Phezu kwezindlu zonke zakwaMowabi nasezitaladini zakhe kuyakuba khona isililo, ngokuba ngimaphulile uMowabi njengento engemnandi,” usho uJehova.


Umchithi uyakufikela yonke imizi, akuyikuphunyuka muzi; isigodi siyakubhubha, ithafa libe yihlane, njengalokho uJehova ekhulumile.


Ngokuba uJehova ujikile inkazimulo kaJakobe njengenkazimulo ka-Israyeli, ngokuba abathululi babathululile, balimaza imivini yabo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka