UJeremiya 41:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 U-Ishmayeli wayesethumba yonke insali yabantu ababeseMispa, amadodakazi enkosi, nabo bonke abantu ababesele eMispa, uNebusaradani induna yabalindi wababeka kuGedaliya indodana ka-Ahikamu; no-Ishmayeli indodana. KaNethaniya wabathumba, wahamba ukuwelela kubantwana bakwa-Amoni. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 U-Ishmayeli wayesethumba bonke abantu abaseleyo eMispa, amadodakazi enkosi nabo bonke abantu ababesele eMispa, uNebuzaradani induna yabalindi ayebanikele kuGedaliya indodana ka-Ahikamu, yebo, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya wabathumba, wahamba ukuba adlulele kubantwana bakwa-Amoni. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202010 U-Ishmayeli wathumba bonke abantu ababesele eMizpha, amadodakazi enkosi nabo bonke abantu ababesele khona, uNebuzaradani induna yabalindi ayebanikele kuGedaliya indodana ka-Ahikamu, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya wabathumba, wahamba ukuze adlulele kwabakwa-Amoni. Uka jalj uñjjattʼäta |