Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 34:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kodwa kamuva baphenduka babuyisela izinceku nezigqilakazi ababezikhulule bazenza izigqila zezinceku nezincekukazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kepha emva kwalokho baphenduka, bazibuyisa izigqila nezigqilakazi ababezivumele ukuba zihambe, zikhululeke, bazithobisa zaba yizigqila nezigqilakazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Kepha emveni kwalokho bashaya ingwijikhwebu, bazibuyisa izigqila nezigqilakazi ababezivumele ukuba zikhululeke, bazigqilaza, zaba futhi yizigqila nezigqilakazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 34:11
25 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Labo abaphambukela ezindleleni zabo eziyisigwegwe, uJehova uyakubahola kanye nabenzi bobubi, kepha ukuthula kube phezu kuka-Israyeli.


Amazwi omlomo wakhe angububi nenkohliso; wayeka ukuhlakanipha nokwenza okuhle.


Kodwa uFaro esebonile ukuthi sekuphuzile, wayenza lukhuni inhliziyo yakhe, kabalalelanga; njengokutsho kweNkosi.


UFaro wayesebabiza oMose no-Aroni, wathi: “Ncengani uJehova ukuba asuse amasele kimi nakubantu bami; ngiyakubavumela abantu ukuba bahambe, bahlabele uJehova.


Khulekani eNkosini (ngoba sekwanele) ukuthi kungabe kusaba khona ukuduma okukhulu lesichotho; ngiyakunivumela ukuba nihambe, ningabe nisahlala.


Njengenja ibuyela ebuhlanzweni bayo, isiwula sibuyela ebuwula baso.


Ngoba ukwahlulelwa kwesenzo esibi kakufiki masinyane, ngakho inhliziyo yabantwana babantu igcwele ukwenza okubi.


Lapho zonke izikhulu nabo bonke abantu ababengene esivumelwaneni bezwa ukuthi, kwaba yilowo nalowo kwakumelwe adedele inceku yakhe nencekukazi yakhe ukuba ihambe, ukuze bangabe besabakhonza, balalela bahambe.


Ngakho izwi likaJehova lafika kuJeremiya livela kuJehova, lathi:


Kodwa naphenduka, nalihlambalaza igama lami, nabuyisela, kwaba yilowo nalowo isigqila sakhe, kwaba yilowo nalowo incekukazi yakhe enayikhulula ngokuthanda kwenu, nabathobisa ukuba babe yizinceku nezincekukazi zenu.


Futhi ngiyonikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakhe esandleni sezitha zabo nasesandleni salabo abafuna ukuphila kwabo nasesandleni sebutho lempi yenkosi yaseBhabhiloni ekhuphuke ivela kini.


Impi kaFaro yaphuma eGibithe; kwathi amaKaledi avimbezela iJerusalema ezwa umbiko kubo, asuka eJerusalema.


O Efrayimi, ngiyakwenzani kuwe na? Juda, ngenzeni kuwe na? ngokuba umusa wakho unjengefu lokusa, nanjengamazolo amuka ekuseni.


Bayabuya, kepha ababuyeli koPhezukonke; banjengomnsalo okhohlisayo; izikhulu zabo ziyakuwa ngenkemba ngenxa yentukuthelo yolimi lwabo; kuyakuba yinhlekisa kubo ezweni laseGibithe.


Nabahlubukayo kuJehova; nalabo abangazange bamfune uJehova futhi abangabuzanga kuye.


Ngokuba uma umuntu efumana isitha sakhe, uyakusikhulula na? ngalokho uJehova uyakukuvuza kahle ngalokho okwenze kimi namuhla.


USawuli wasesithi: Ngonile; buya, ndodana yami Davide, ngokuba angisayikukwenza okubi, ngokuba umphefumulo wami ubuyigugu emehlweni akho namuhla;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka