UJeremiya 33:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Bafika ukulwa namaKhaledi, kodwa bazobagcwalisa ngezidumbu zabantu engababulala ngentukuthelo yami nangokufutheka kwami, nangenxa yabo bonke ububi babo engifihle ubuso bami kulo muzi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 ‘Bafika ukulwa namaKaledi, bazigcwalisa ngezidumbu zabantu engibabulele ngentukuthelo yami nangokufutheka kwami, nengifihlele lo muzi ubuso bami ngenxa yabo bonke ububi babo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 ‘AmaKhaledi azofika agcwalise le ndawo ngezidumbu zabantu engababulala ngentukuthelo yami nangolaka lwami, ngokuba ngiwufulathele lo muzi ngenxa yabo bonke ububi bawo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Njengalokho intukuthelo yami nokufutheka kwami kuthululiwe phezu kwabakhileyo eJerusalema; kanjalo ulaka lwami luyakuthululwa phezu kwenu, lapho ningena eGibithe; niyakuba yisihlamba, nesimangaliso, nesiqalekiso, nesihlamba; futhi ngeke usayibona le ndawo.