Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 22:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba uma nenza lokhu ngempela, kuyakungena ngamasango ale ndlu amakhosi ahlezi esihlalweni sobukhosi sikaDavide, agibele izinqola namahhashi, yena nezinceku zakhe nabantu bakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba uma nenza lokhu impela, kuyakungena ngamasango ale ndlu amakhosi ahlezi esihlalweni sobukhosi sikaDavide, ekhwele izinqola namahhashi, wona nezinceku zawo nabantu bawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Impela uma niyokwenza lokhu ngokucophelela, kuyakungena emasangweni ale ndlu amakhosi ahleli esihlalweni sobukhosi sikaDavide egibele ezinqoleni nasemahhashini, wona kanye nezinceku zawo nabantu bawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 22:4
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kuyakungena emasangweni alo muzi amakhosi nezikhulu ezihlezi esihlalweni sobukhosi sikaDavide ezigibela izinqola namahhashi, zona nezikhulu zazo, abantu bakwaJuda nabakhileyo eJerusalema; futhi lomuzi uyohlala kuze kube phakade.


uthi: ‘Yizwa izwi likaJehova, nkosi yakwaJuda, ohlezi esihlalweni sobukhosi sikaDavide, wena nezinceku zakho nabantu bakho abangena ngala masango.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka