UJeremiya 19:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Ngiyakwenza lo muzi ube yihlane nenhlekisa; wonke umuntu odlulayo uyomangala futhi aklolodelwe ngazo zonke izinhlupho zakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Ngiyakwenza lo muzi ukuba ube yisimangaliso nento encimfelwayo; bonke abadlula khona bayakumangala, bancimfe ngenxa yazo zonke izinhlupheko zawo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 Lo muzi ngiyakuwenza ube yincithakalo nento enximfelwayo; bonke abadlula kuwo bayakumangala, banximfe ngenxa yazo zonke izinhlupheko zawo. Uka jalj uñjjattʼäta |