Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 18:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 O ndlu ka-Israyeli, anginakwenza kini njengalo mbumbi na? kusho uJehova. Bhekani, njengobumba esandleni sombumbi, ninjalo nani esandleni sami nina ndlu ka-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Bengingenze kinina ndlu ka-Israyeli njengalo mbumbi na?” usho uJehova. “Bhekani, njengebumba esandleni sombumbi, ninjalo esandleni sami nina ndlu ka-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 “Ngingenzi yini kini ndlu ka-Israyeli njengoba umbumbi enza na?” kusho uSimakade. “Bhekani, njengebumba esandleni sombumbi, ninjalo esandleni sami, nina ndlu ka-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 18:6
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Maye kulowo oxabana noMenzi wakhe! Izindengezi maziphikisana nezindengezi zomhlaba. Ubumba luthi kumbumbi walo: Wenzani na? noma umsebenzi wakho, Akanazandla na?


Kepha manje, Jehova, ungubaba; silubumba, wena ungumbumbi wethu; thina sonke singumsebenzi wesandla sakho.


Isitsha abesenza ngobumba sonakala esandleni sombumbi; ngalokho wabuye wenza enye into njengokubonakala kukuhle emehlweni ombumbi ukulenza.


Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Futhi inkosi yabona umlindi kanye nongcwele ehla evela ezulwini futhi yathi: Gawulani isihlahla futhi nisibhubhise; shiyani isiphunzi sezimpande zawo emhlabathini, ngebhande lensimbi nelethusi, otshanini obuthambileyo basendle; malimanziswe ngamazolo ezulu, libe phakathi kwezilwane zasendle, kudlule phezu kwalo izikhathi eziyisikhombisa;


Angivunyelwa yini ukwenza engikuthandayo ngokungokwami? Iso lakho libi, ngokuba mina ngimuhle?


Ngokuba ngubani owazi umqondo weNkosi na? Ngubani obe ngumeluleki wakhe na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka