Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 16:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Uma utshela lababantu onke lawa mazwi, bayakuthi kuwe: ‘UJehova ukhulumeleni phezu kwethu bonke lobu bubi obukhulu na? noma buyini ububi bethu? Siyini isono sethu esenzileyo kuJehova uNkulunkulu wethu na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Kuyakuthi lapho ubatshela laba bantu onke lawa mazwi, basho kuwe ukuthi: ‘UJehova ukhulumeleni phezu kwethu konke lokhu okubi na? Ububi bethu buyini? Yisiphi isono esone ngaso kuJehova uNkulunkulu wethu na?’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 “Kuyakuthi lapho ubatshela laba bantu wonke lawa mazwi, bayokuthi kuwe: ‘USimakade ukhulumeleni wamelana nathi, ngayo yonke le nhlekelele enkulu kangaka na? Buyini ububi bethu na? Siyini isono esone ngaso kuSimakade uNkulunkulu wethu na?’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 16:10
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba uJehova Sebawoti owakutshala ukhulumile okubi ngawe ngenxa yobubi bendlu yakwa-Israyeli nendlu yakwaJuda ababenza bona ukuba bangicunule ngokushisela uBali impepho.


Futhi uma uthi enhliziyweni yakho: Kungani lezi zinto zingehlela na? Ngokuba ubukhulu bobubi bakho izambatho zakho zambuliwe, nezithende zakho zambulwe.


Ungasho kanjani ukuthi: ‘Angingcoliswanga, angibalandelanga oBali? bheka indlela yakho esigodini, yazi okwenzileyo; wena uyinkana yenkazana enejubane, ehamba ngezindlela zayo;


Kodwa uthi: Ngoba ngimsulwa, isibili ulaka lwakhe luzasuka kimi. Bheka, ngiyakulwa nawe, ngokuba uthi: Angonanga.


Ngenxa yobubi babo ababenzayo ukungithuka, ngokuya bashisa impepho, bakhonza abanye onkulunkulu ababengabazi, bona, nina, nawoyihlo.


Uma nithi: ‘UJehova uNkulunkulu wethu wenzelani kithi zonke lezi zinto na? uyakuthi kubo: Njengalokho ningishiyile, nakhonza onkulunkulu bezizweni ezweni lakini, niyakukhonza abezizwe ezweni elingelona elenu.


Ngiyakwenza iJerusalema libe yizinqwaba, umhume wezimpungushe; futhi ngiyoyenza imizi yakwaJuda ibe ihlane elingenamuntu.


Wayesethi u-Efrayimi: “Nokho ngicebile, ngizitholele okuhle; kuwo wonke umshikashika wami abayikufumana ububi obuyisono kimi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka