UJeremiya 1:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Ngiyakumemezela izahlulelo zami kubo ngokuphathelene nabo bonke ububi babo, abangidelile, bashisela abanye onkulunkulu umusi, bakhuleka emisebenzini yezandla zabo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Ngiyakukhipha ukwahlulela kwami phezu kwabo ngenxa yabo bonke ububi babo, ngokuba bangihlubukile, bashisela abanye onkulunkulu impepho, bakhuleka kuyo imisebenzi yezandla zabo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202016 Ngiyakubagweba ngenxa yabo bonke ububi babo, ngokuba bangihlubukile, bashisela abanye onkulunkulu impepho, bakhuleka kuyo imisebenzi yezandla zabo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kodwa konke okuphuma emlonyeni wethu siyakukwenza nokushunqisela inkosikazi yezulu umusi, siyithululele iminikelo yokuphuzwa, njengalokho senzile, thina nawobaba, namakhosi ethu, nezikhulu zethu, emizini. KwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema; ngokuba sasinokuningi ukudla ngaleso sikhathi, sasiphilile, asibonanga bubi.