Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 49:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ongazinzile njengamanzi, awuyikuba mnandi; ngoba wenyukela embhedeni kayihlo; bese uyalingcolisa; wakhuphukela embhedeni wami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Uyachichima njengamanzi, awuyikuba nabungqongqo, ngokuba wakhwela embhedeni kayihlo, wawona; wakhwela okhukhweni lwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Ubikizela njengamanzi omfula, kodwa ngeke usaba yingqongqo, ngoba wakhwela embhedeni kayihlo, wawungcolisa; wakhwela embhedeni wami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 49:4
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;


Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe, uJakobe namadodana akhe: uRubeni izibulo likaJakobe.


Oonyana bakaRubeni izibulo lika-Israyeli, ngokuba wayelizibulo; kepha ngenxa yokuthi wangcolisa umbhede kayise, ubuzibulo bakhe banikwa amadodana kaJosefa indodana ka-Israyeli; ubuzibulo.


Kuyazwakala ukuthi kukhona ubufebe phakathi kwenu;


Uqalekisiwe olala nomkayise; ngoba usembulile isembatho sikayise. Futhi bonke abantu kumelwe bathi: Amen!


URubeni makaphile, angafi; amadoda akhe angabi yingcosana.


Ungafisi umfazi womakhelwane wakho, ungafisi indlu yomakhelwane wakho, nezwe lakhe, nenceku yakhe, nencekukazi yakhe, nenkabi yakhe, nembongolo yakhe, nokunye okomakhelwane wakho.


Banamehlo agcwele ukuphinga, abangayeki esonweni; bekhohlisa imiphefumulo engazinzile: nenhliziyo efundiswe ukuhaha; izingane eziqalekisiwe:


njengalokhu nakuzo zonke izincwadi zakhe, ekhuluma kuzo ngalezizinto; okukhona kuzo ezinye izinto ezilukhuni ukuzwisiswa, okuthi abangafundileyo nabangazinzile bazihlanekezele, njengokuba benza neminye imibhalo, kube ngukubhujiswa kwabo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka