Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 45:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Manje uyaliwe, kwenze; zithatheleni izinqola ezweni laseGibithe, nithathele abancane benu nabafazi benu, nilethe uyihlo, nize.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “Usuyaliwe: ‘Yenzani lokhu: Nithathele izingane zenu nawomkenu izinqola ezweni laseGibithe, nilethe uyihlo, bese niza.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 “Ngiyakuyala, batshele ukuthi ngithi: ‘Zithatheleni nina nomkenu nabantwana benu izinqola lapha eGibhithe, nigibelise uyihlo nize naye lapha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 45:19
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Unganaki impahla yakho; ngoba okuhle kwezwe lonke laseGibhithe kungokwenu.


Abantwana bakwa-Israyeli benze njalo; uJosefa wabanika izinqola njengesiyalo sikaFaro, wabanika ukudla kwendlela.


Basebemtshela wonke amazwi kaJosefa abewakhulume kubo; lapho ebona izinqola uJosefa ayezithumele ukuba zimthwale, umoya kayise uJakobe waphila.


UJakobe wasuka eBeri Sheba; abantwana bakwa-Israyeli bamthwala uJakobe uyise, nabantwana babo, nawomkabo, ezinqoleni uFaro ayezithumele ukuba zimthwale.


Ngilaleleni nina ziqhingi; lalelani nina zizwe ezikude. UJehova wangibiza kwasesiswini; ezibilinini zikamama wabiza igama lami.


Amakhosi ayakuba ngoyise, nezindlovukazi zabo zibe ngonyoko; bayakukhothama phambi kwakho ubuso babo bubheke phansi, bakhothe uthuli ezinyaweni zakho; futhi niyokwazi ukuthi nginguJehova, ngoba abalindele kimi ngeke babe namahloni.


Baletha umhlatshelo wabo phambi kukaJehova, izinqola eziyisithupha ezivalekile nezinkabi eziyishumi nambili; inqola yezikhulu ezimbili nenkabi; bakuletha phambi kwetabernakele.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka