Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 43:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wayesethi uJuda kuyise u-Israyeli: “Thuma umfana nami, sisuke sihambe; ukuze siphile, singafi, thina kanye nani, nabantwana bethu abancane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 UJuda wathi ku-Israyeli uyise: “Thuma umfana nami, size sisuke, sihambe ukuba siphile, singafi, thina nawe kanye nezingane zethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 UJuda wathi kuyise u-Israyeli: “Mdedele umfana ahambe nami, ukuze sivuke sihambe, yikhona thina sonke sizophila; singafi, thina nabantwana bethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 43:8
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi: “Bheka, ngizwile ukuthi kukhona amabele eGibithe; yehlela lapho, usithengele khona; ukuze siphile, singafi.


Wayesethi: “Indodana yami ayinakwehla nani; ngoba umfowabo ufile, yena usesele yedwa; uma emehlelwa okubi endleleni enihamba ngayo, niyokwehlisela izimvi zami endaweni yabafileyo ngosizi.


Sathi enkosini yami: ‘Sinobaba ixhegu, nomntwana wobungane bakhe omncane; umfowabo wafa, yena wasala yedwa kunina, uyise wamthanda.


Futhi sathi: Ngeke sisuse; uma umfowethu omncane enathi, siyakwehla; ngoba ngeke sibubone ubuso bendoda uma umfowethu omncane engekho kithi.


Manje uyaliwe, kwenze; zithatheleni izinqola ezweni laseGibithe, nithathele abancane benu nabafazi benu, nilethe uyihlo, nize.


Ningesabi manje; ngiyakunondla nina nabancane benu. Wabaduduza, wakhuluma kubo ngomusa.


Yonke indlu kaJosefa, nabafowabo, nendlu kayise, bashiya kuphela abantwana babo abancane, nezimvu zabo, nezinkomo zabo, ezweni laseGosheni.


Enye yezinceku zayo yaphendula yathi: “Mabathathe amahlanu emahhashini asele emzini, bheka, anjengesixuku sonke sakwa-Israyeli esasisele kuwo; Ngithi, banjengesixuku sonke sabantwana bakwa-Israyeli ababhubhayo: masithumele, sibone.


Uma sithi: ‘Siyakungena emzini, kuyakuba khona indlala emzini, sifele khona; uma sihlala lapha, siyakufa nathi. Wozani manje, siwele phambi kwempi yama-Aramu; uma besigcina siphila, siyakuphila; uma besibulala, siyakufa.


Ngase ngimemezela khona ngasemfuleni i-Ahawa usuku lokuzila ukudla, ukuze sizithobe phambi kukaNkulunkulu wethu, sizifunele kuye indlela eqondileyo thina nabantwana bethu nempahla yethu yonke.


Angiyikufa, kepha ngiyakuphila, ngishumayele imisebenzi kaJehova.


Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zande ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.


Kepha nina abantwana enasho ukuthi niyakuba yimpango, ngiyakubangenisa, balazi izwe enalidelela.


URubeni makaphile, angafi; amadoda akhe angabi yingcosana.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka