UGenesise 43:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Lapho sifika endlini yezihambi, savula izikhwama zethu, bheka, imali yalowo nalowo yayisemlonyeni wesikhwama sakhe, imali yethu ngesisindo sayo; futhi sayibuyisela esandleni sethu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Kwathi sesifike endlini yezihambi, savula amasaka ethu; bheka, imali yalowo nalowo yayisemlonyeni wesaka lakhe, imali yethu ngokulinganiswa kwayo; sesiyibuyisile ngesandla sethu. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202021 Kuthe lapho sesifike endlini yezihambi, sathi sivula amasaka ethu, kwaba yilowo nalowo wakhangwa yimali isemlonyeni wesaka lakhe, iphelele njengoba sasiyikhokhile, kodwa nansi ezandleni zethu siyibuyisile. Uka jalj uñjjattʼäta |