Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 42:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Bathi kuye: “Qha, nkosi, izinceku zakho zize ukuthenga ukudla.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Bathi kuye: “Qha, nkosi, izinceku zakho zize ukuba zithenge ukudla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Bamphendula bathi: “Qha nkosi, izinceku zakho zize ukuzothenga ukudla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 42:10
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abantu mabakukhonze, izizwe zikhothame phambi kwakho; phatha abafowenu, amadodana kanyoko akhothamele; uqalekisiwe okuqalekisayo, ubusisiwe okubusisayo.


U-Isaka waphendula, wathi ku-Esawu: “Bheka, ngimenze inkosi yakho, futhi ngimnike bonke abafowabo babe yizinceku; futhi ngamsekela ngokolweni nangewayini; ngenzeni kuwe manje ndodana yami?


Abafowabo bathi kuye: “Impela uyakusibusa na?” noma uzosibusa ngempela na? Basebemzonda kakhulu ngenxa yamaphupho akhe langenxa yamazwi akhe.


Sonke singamadodana andodanye; singamadoda angempela, izinceku zakho azizona izinhloli.


Lowo ezincekwini zakho okutholakala kuye, makafe futhi, futhi sizoba yizigqila zenkosi yami.


Kwathi u-Obadiya esendleleni, bheka, u-Eliya wamhlangabeza; wambona, wawa ngobuso, wathi: “Wena uyinkosi yami u-Eliya na?”


USawule walazi izwi likaDavide, wathi: “Yizwi lakho leli, ndodana yami Davide? UDavide wathi: “Nanti izwi lami, nkosi yami, nkosi;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka