Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 4:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Manje usuqalekisiwe emhlabeni owavula umlomo wawo ukuba wamukele igazi lomfowenu esandleni sakho;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Usuqalekisiwe emhlabathini ovulile umlomo wawo ukwamukela igazi lomfowenu esandleni sakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Usuqalekisiwe emhlabathini lona ovule umlomo wawo wemukela igazi lomnawakho olichithele kuwo ngesandla sakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 4:11
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehova uNkulunkulu wathi enyokeni: “Ngokuba usukwenzile lokho, uqalekisiwe ngaphezu kwezinkomo zonke naphezu kwazo zonke izilwane zasendle; uyakuhamba emlonyeni wakho, udle uthuli zonke izinsuku zokuhamba kwakho.


Bheka, uyangixosha namuhla emhlabeni; ngiyakusitheka ebusweni baKho; futhi ngiyoba umbaleki nozulane emhlabeni; futhi noma ubani ongitholayo uzongibulala.


Futhi wambiza ngokuthi uNowa futhi wathi: Uyosiduduza ngenxa yomsebenzi wethu kanye nokukhandleka kwezandla zethu ngenxa yomhlabathi uJehova awuqalekisileyo.


O mhlaba, ungasimbozi igazi lami, nokukhala kwami makungabi nandawo.


Ngokuba bhekani, uJehova uyaphuma endaweni yakhe ukuze ahambele abakhileyo emhlabeni ngenxa yobubi babo;


Ngokuba bonke abemisebenzi yomthetho baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangahlali kukho konke okulotshiweyo encwadini yomthetho, ukuba bakwenze.


Umhlaba wamsiza owesifazane, umhlaba wavula umlomo wawo, wawugwinya umfula udrako awukhipha emlonyeni wakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka