Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 34:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 nendiselane nathi, nisinike amadodakazi enu, nizithathele amadodakazi ethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ganiselanani nathi, nisiphe amadodakazi enu, nizithathele amadodakazi ethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Masiganiselane, nisinike amadodakazi enu abe ngabafazi bethu, nani nithathe amadodakazi ethu abe ngabafazi benu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 34:9
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ULoti wasephuma, wakhuluma kubakhwenyana bakhe ababethethe amadodakazi akhe, wathi: Sukani, lisuke kulindawo; ngoba iNkosi izawuchitha lumuzi. Kodwa wayebukeka njengomuntu ogcona abakhwenyana bakhe.


Ngizakufungisa uJehova, uNkulunkulu wezulu, loNkulunkulu womhlaba, ukuthi kawuyikuthathela indodana yami umfazi emadodakazini amaKhanani engihlala phakathi kwawo.


URebeka wayesethi ku-Isaka: “Ngikhathele ukuphila kwami ngenxa yamadodakazi kaHeti;


Niyakuhlala nathi, izwe libe phambi kwenu; hlalani nihwebe ngalo, nizuze impahla kulo.


UHamori wakhuluma kubo, wathi: “Umphefumulo wendodana yami uShekemi ulangazelela indodakazi yenu;


Amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle; bazithathela abafazi kubo bonke ababakhethayo.


Sibuye sephule imiyalo yakho, sizihlanganise nabantu balezi zinengiso na? ubungeke yini usithukuthelele uze usiqede, kungabikho nsali nophunyukayo na?


Aniyikugana nabo; awuyikunika indodana yakhe indodakazi yakho, nendodakazi yakhe awuyikuthathela indodana yakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka