Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 33:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 UJakobe wafika eSalema, umuzi wakwaShekemi, osezweni laseKhanani, ekuphumeni kwakhe ePhadani Aramu; wamisa itende lakhe phambi komuzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UJakobe wafika kahle emzini waseShekemi osezweni laseKhanani, evela ePhadani Aramu; wamisa itende lakhe phambi komuzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 UJakobe wafika ephephile emzini iShekhemu owawuseKhanani, evela ePhadani Aramu, wagoba amadlangala phambi komuzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 33:18
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abrama wadabula izwe waze wafika endaweni yaseShekemi nase-okini laseMore. AmaKhanani ayekhona ezweni.


U-Isaka wayeneminyaka engamashumi amane mhla emthatha uRebeka indodakazi kaBetuweli umAramu wasePhadani Aramu, udadewabo kaLabani umAramu, abe ngumkakhe.


Suka uye ePhadani Aramu endlini kaBhetuweli uyise kanyoko; uzithathele khona umfazi emadodakazini kaLabani unyokolume.


ULabani wamfica uJakobe. UJakobe wamisa itende lakhe entabeni, uLabani nabafowabo bamisa entabeni yaseGileyadi.


UNkulunkulu waphinda wabonakala kuJakobe ekuphumeni kwakhe ePhadani Aramu, wambusisa.


UIsrayeli wasesithi kuJosefa: Abafowenu abafuyi yini umhlambi eShekema? woza, ngizakuthuma kubo. Wathi kuye: “Ngilapha.”


Lawa angamadodana kaLeya awazalela uJakobe ePhadani Aramu kanye nendodakazi yakhe uDina; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu.


Mina-ke, ekuphumeni kwami ePhadani, uRaheli wafa nami ezweni laseKhanani endleleni, kusekude ukuba ngifike e-Efrati; ngammbela lapho endleleni yase-Efrati; okuyiBetlehema.


UNkulunkulu wakhuluma ebungcweleni bakhe; Ngiyakuthokoza, ngilihlukanise iShekemi, ngilinganise isigodi saseSukoti.


kwafika abanye bevela eShekemi, eShilo naseSamariya, abantu abangamashumi ayisishiyagalombili, bephucile, nezingubo zabo ziklebhukile, bezisikile, bephethe iminikelo nempepho ezandleni zabo, ukuba balethe endlini kaJehova.


Naye uJohane wayebhapathiza e-Enoni eduze neSalimi, ngokuba amanzi ayemaningi lapho; beza babhapathizwa.


Wayesefika emzini waseSamariya othiwa iSikhari, eduze nesiqephu sensimu uJakobe asinika uJosefa indodana yakhe.


Bathwalwa basiwa eShekemi, babekwa ethuneni u-Abrahama awalithenga ngenani lemali kumadodana kaHamori waseShekemi.


UJoshuwa wabutha zonke izizwe zakwa-Israyeli eShekemi, wabiza amalunga akwa-Israyeli, nezinhloko zabo, nabahluleli bakhe, nezinduna zabo; bazimisa phambi kukaNkulunkulu.


U-Abimeleki indodana kaJerubali waya eShekemi kubafowabo bakanina, wakhuluma kubo nakuwo wonke umndeni wendlu kayise, wathi:


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka