Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 33:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Inkosi yami mayiwele phambi kwenceku yayo, mina-ke ngiyakuhamba kahle njengezinkomo eziwela phambi kwami, ngibekezele abantwana, ngize ngifike enkosini yami eSeyiri.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ake idlule inkosi phambi kwenceku yayo, mina ngiseseze njengokuhamba kwempahla ephambi kwami nanjengokuhamba kwabantwana, ngize ngifike enkosini yami eSeyiri.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 Ngicela inkosi yami idlule phambi kwenceku yayo, mina ngizobe ngitotobisa umhlambi nabantwana, ngize ngifinyelele emzini wenkosi yami eSeyiri.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 33:14
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJakobe wathuma izithunywa phambi kwakhe ku-Esawu umfowabo ezweni laseSeyiri, izwe lakwa-Edomi.


Wabayala wathi: “Niyakukhuluma kanje enkosini yami u-Esawu; Isho kanje inceku yakho uJakobe, ithi: Ngahlala kuLabani njengowezizwe, ngahlala khona kwaze kwaba manje.


Wathi kuye: “Inkosi yami iyazi ukuthi abantwana bathambile, nokuthi izimvu nezinkomo kanye nezimvu zikimi;


Manje bheka, abantwana bakwa-Amoni nabakwaMowabi nezintaba zaseSeyiri ongathandanga ukuba u-Israyeli abahlasele ekuphumeni kwabo ezweni laseGibhithe, kodwa wabafulathela futhi akababhubhisanga;


Uyakwalusa umhlambi wakhe njengomalusi; iyobutha amawundlu ngengalo yayo, iwathwale esifubeni sayo, izihole ngobumnene ezizinyanelayo.


Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba oMowabi noSeyiri bathi: ‘Bheka, indlu yakwaJuda injengazo zonke izizwe;


Walikhuluma izwi kubo ngemifanekiso eminingi enjalo, njengokuzwa kwabo.


Ngakho-ke thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka bababuthakathaka, singazithokozisi thina.


Nganipha ngobisi, hhayi ngokudla okudliwayo, ngokuba beningakakwazi ukukuthwala, namanje anikwazi.


Sase siphenduka, samuka saya ehlane endleleni yaseShelfsee, njengokukhuluma kukaJehova kimi; sazungeza intaba yaseSeyiri izinsuku eziningi.


Jehova, ekuphumeni kwakho eSeyiri, ekukhuphukeni kwakho ezweni lakwa-Edomi, umhlaba wazamazama, nezulu laconsa, namafu aconsa amanzi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka