UGenesise 30:33 - Contemporary Zulu Bible 202433 “Ukulunga kwami kuyakungiphendulela esikhathini esizayo, lapho kufika umvuzo wami phambi kobuso bakho: zonke ezingemabala nezingamagqabhagqabha ezimbuzini, nezingemnyama phakathi kwezimvu, ezingathi zebiwe kimi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE33 Ukulunga kwami kuyakungifakazela ngesikhathi esizayo, lapho ufika ngomvuzo wami osebusweni bakho, ukuthi zonke ezingemanakanaka nezingemagqabhagqabha ezimbuzini, nezingemnyama ezimvini ezikimi, mazithiwe zebiwe.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202033 Ubuqotho bami buzongifakazela ngomuso lapho usufika uzohlola iholo ongikhokhele lona. Leso silwane oyosithola kimi singemabhadubhadu, futhi singemabalabala ezimbuzini, nesingemnyama ezimvini zami, kuyoba ngisebile.” Uka jalj uñjjattʼäta |