Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 30:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Waqamba igama layo ngokuthi uJosefa; wathi: INkosi izakwengezelela enye indodana kimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Waqamba igama layo ngokuthi uJosefa, ethi: “UJehova makangenezelele nenye indodana futhi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

24 Wayiqamba igama wathi nguJosefa. “USimakade makanezele kimi ngenye indodana.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 30:24
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi uJosefa esezelwe, uJakobe wathi kuLabani: “Ngimukise ukuba ngiye endaweni yami yokuhlala nasezweni lakithi.”


Amadodana kaRaheli ngu UJosefa noBenjamini:


Lezi ziyizizukulwane zikaJakobe. UJosefa, owayeneminyaka eyishumi nesikhombisa, walusa umhlambi kanye nabafowabo; indodana yayikanye namadodana kaBiliha kanye namadodana kaZilipa abafazi bakayise; uJosefa waletha umbiko wabo omubi kuyise.


Lapho abafowabo bebona ukuthi uyise wayemthanda ngaphezu kwabo bonke abafowabo, bamzonda futhi babengakwazi ukukhuluma naye ngokuthula.


UJosefa wayengumbusi wezwe, wayethengisa kubo bonke abantu bezwe; bafika abafowabo bakaJosefa bakhothama phambi kwakhe ubuso babo bubheke phansi.


Wena-ke, ndodana yomuntu, zithathele induku ibe nye, ulobe kuyo ukuthi: EkaJuda, neyabantwana bakwa-Israyeli, abangane bakhe; uthathe enye intonga, ulobe kuyo ukuthi: EkaJosefa, ukhuni luka-Efrayimi, nendlu yonke yakwa-Israyeli, abangane bakhe;


esizweni sakwaZabuloni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaJosefa kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaBenjamini kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka