Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 3:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 INkosi uNkulunkulu yathi kowesifazane: “Kuyini lokhu okwenzileyo?” Wathi owesifazane: Inyoka ingikhohlisile, ngadla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UJehova uNkulunkulu wathi kowesifazane: “Yini lokhu okwenzileyo na?” Owesifazane wathi: “Inyoka ingikhohlisile, ngadla.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 USimakade uNkulunkulu wabuza kowesifazane wathi: “Ukwenzeleni lokhu na?” Waphendula wathi: “Yinyoka engiluthile, ngasidla.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 3:13
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UFaro wambiza u-Abrama, wathi: “Kuyini lokhu okwenze kimi na? awungitshelanga ngani ukuthi ungumkakho?


UJosefa wayesethi kubo: “Yisenzo sini lesi enisenzile na? Anazi yini ukuthi umuntu onjengami angabhula na?


UJowabe wayesengena enkosini, wathi: “Wenzeni na? bheka, u-Abineri usefikile kuwe; umxosheleni, akasekho na?


Wathi kuye: “Nami ngingumprofethi njengawe; ingelosi yakhuluma kimi ngezwi likaJehova, yathi: “Mbuyisele endlini yakho ukuba adle isinkwa, aphuze amanzi. Kodwa wamqambela amanga.


Kodwa uma ezala incekukazi, uyakuba ngongcolile amasonto amabili njengasesehlukaniso sakhe; kumelwe ahlale egazini lokuhlanjululwa kwakhe izinsuku ezingamashumi ayisithupha nesithupha.


Khona-ke amadoda esaba kakhulu athi kuye: “Ukwenzeleni lokhu? Ngokuba amadoda azi ukuthi ubalekile ebusweni bukaJehova, ngokuba wayeshilo kuwo.


UPilatu waphendula wathi: Mina ngingumJuda yini? Isizwe sakini nabapristi abakhulu bakunikele kimi; wenzeni na?


Ngokuba isono sathola ithuba ngomyalo, sangikhohlisa, sangibulala ngawo.


Kodwa ngiyesaba ukuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu zonakaliswe, zisuke ebuqothweni obukuKristu.


Futhi u-Adamu akakhohliswanga, kodwa owesifazane ekhohlisiwe waba esonweni.


USamuweli wasesithi: Wenzeni? USawule wayesethi: “Ngokuba ngibonile ukuthi abantu bahlakazekile kimi, nokuthi anifikanga ngezinsuku ezimisiweyo, nokuthi amaFilisti abuthana eMigimasi;


USawule wayesethi: “Bazikhipha kuma-Amaleki, ngokuba abantu basindise izimvu ezinhle kakhulu nezinkomo ukuze bahlabele uJehova uNkulunkulu wakho; futhi okusele sikushaya ngesiqalekiso sokuxoshwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka