Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 U-Adamu wathi: “Ngizwe izwi lakho ensimini, ngesaba, ngokuba nginqunu; ngase ngicasha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wathi: “Ngizwe izwi lakho ensimini, ngesaba ngokuba ngihamba ze; ngalokho ngacasha.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Waphendula wathi: “Ngizwe izigi zakho ensimini, ngase ngesaba ngoba ngihamba ze, ngacasha.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 3:10
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Babenqunu bobabili, umuntu nomkakhe, bengenamahloni.


Wathi: “Ngubani okutshele ukuthi uhamba ze na?” Udlile yini emthini engakuyala ngawo ukuba ungadli kuwo na?


Ayesevuleka amehlo abo bobabili, babona ukuthi bahamba ze; basebethunga amaqabunga omkhiwane, bazenzela izigqoko.


Ngakho ngiyakhathazeka phambi kobuso bakhe; lapho ngicabanga, ngiyamesaba.


Uma bengisibekele iziphambeko zami njengo-Adamu, ngifihle ububi bami esifubeni sami;


Inyama yami iyathuthumela ngenxa yakho; futhi ngiyazesaba izahlulelo Zakho.


Bonke abantu babona ukuduma, nemibani, nomsindo wecilongo, nentaba ethunqayo; abantu sebekubona bahlehla bamela khatshana.


Basebesithi kuMozisi: Khuluma wena kithi, sizakuzwa; kepha uNkulunkulu makangakhulumi kithi, funa sife.


Futhi wathi: NginguNkulunkulu kayihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, uNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe. UMose wafihla ubuso bakhe; ngoba wayesaba ukubuka uNkulunkulu.


Lapho uMose ebona ukuthi abantu babenqunu; ngokuba u-Aroni wabanqunula, kwaba yihlazo phakathi kwezitha zabo.


Izoni eZiyoni ziyesaba; ukwesaba kwabamangaza abazenzisi. Ngubani phakathi kwethu ozohlala emlilweni oqothulayo? ngubani phakathi kwethu oyohlala emlilweni ophakade na?


Ubunqunu bakho buyakwambulwa, yebo, nehlazo lakho liyobonakala;


Wesaba, noma wesaba bani, uze uqambe amanga, ungacabangi ngami, ungakubekeli enhliziyweni na? angizange ngithule kusukela kudala, wena awungesabi na?


Kungani kufanele sife manje? ngoba lomlilo omkhulu uzasiqeda; uma sisalizwa izwi likaJehova uNkulunkulu wethu, siyakufa.


Ngokuba uma inhliziyo yethu isilahla, uNkulunkulu mkhulu kunenhliziyo yethu, futhi wazi zonke.


Bheka, ngiza njengesela; Ubusisiwe olindayo, ogcina izingubo zakhe, funa ahambe nqunu, babone ihlazo lakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka