Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 28:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Suka uye ePhadani Aramu endlini kaBhetuweli uyise kanyoko; uzithathele khona umfazi emadodakazini kaLabani unyokolume.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Vuka uye ePhadani Aramu endlini kaBetuweli uyise kanyoko, uzithathele khona umfazi kuwo amadodakazi kaLabani unyokolume.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Hamba uye ePhadani Aramu endlini kaBhethuweli, uyihlomkhulu, ufike khona uzithathele umfazi emadodakazini kaLabani umalume wakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 28:2
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inceku yathatha amakamela ayishumi emakameleni enkosi yayo yahamba; ngoba yonke impahla yenkosi yakhe yayisesandleni sakhe; wasuka, waya eMesopotamiya, emzini kaNahori.


URebeka wayenomnewabo ogama lakhe lalinguLabani; uLabani wagijima waya endodeni emthonjeni.


Kodwa kumelwe uye ezweni lakithi nasemndenini wakithi uyithathele umfazi indodana yami u-Isaka.


Base bephendula oLabani noBetuweli, bathi: “Indaba ivela kuJehova; asinakukhuluma okubi noma okuhle kuwe.


U-Isaka wayeneminyaka engamashumi amane mhla emthatha uRebeka indodakazi kaBetuweli umAramu wasePhadani Aramu, udadewabo kaLabani umAramu, abe ngumkakhe.


U-Isaka wayesemukisa uJakobe, waya ePhadani Aramu kuLabani indodana kaBetuweli umAramu, umfowabo kaRebeka, unina kaJakobe no-Esawu.


UJakobe wayesehamba ngohambo lwakhe, wafika ezweni labantu basempumalanga.


Wathatha zonke imfuyo yakhe nayo yonke impahla yakhe abeyizuzile, imfuyo abeyizuzile ayeyizuzile ePhadani Aramu ukuze aye kuyise u-Isaka ezweni laseKhanani.


Angifaneleki umusa wakho neqiniso lonke olenze encekwini yakho; ngoba ngadabula leli Jordani ngentonga yami; futhi manje sengingamaqembu amabili.


UJakobe wafika eSalema, umuzi wakwaShekemi, osezweni laseKhanani, ekuphumeni kwakhe ePhadani Aramu; wamisa itende lakhe phambi komuzi.


UNkulunkulu waphinda wabonakala kuJakobe ekuphumeni kwakhe ePhadani Aramu, wambusisa.


Lawa angamadodana kaLeya awazalela uJakobe ePhadani Aramu kanye nendodakazi yakhe uDina; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu.


UJakobe wabalekela ezweni lase-Aramu, u-Israyeli wakhonza owesifazane, walusa izimvu ngenxa yowesifazane.


Ngomprofethi uJehova wamkhipha u-Israyeli eGibithe, walondolozwa ngomprofethi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka