Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 26:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Indoda yakhula, yaqhubeka ikhula, yaze yaba nkulu kakhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Lowo muntu waba mkhulu; kwayilokhu eqhubeka ukukhula njalo, waze waba mkhulu kakhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 waceba kakhulu, waba nempumelelo enkulu, waceba wabedlula bonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 26:13
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abrama wayecebile kakhulu ngemfuyo, nangesiliva nangegolide.


UJehova ubusisile kakhulu inkosi yami; wakhula, wamnika izimvu, nezinkomo, nesiliva, negolide, nezinceku, nezincekukazi, namakamela, nezimbongolo.


Lowo muntu wanda kakhulu, waba nezinkomo eziningi, nezincekukazi, nezinceku, namakamela, nezimbongolo.


Ingcebo nengcebo kuyakuba sendlini yakhe, nokulunga kwakhe kumi phakade.


Isibusiso sikaJehova siyacebisa, akenezeli usizi kuso.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka