Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 25:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lawa angamadodana ka-Ishmayeli, futhi lawa angamagama awo ngemizi yawo nezinqaba zawo; izikhulu eziyishumi nambili ngokwezizwe zazo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 yilawo angamadodana ka-Ishmayeli, yilawo angamagama awo ngemizi yawo nangezikaniso zawo, izikhulu eziyishumi nambili ngezizwe zawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 Yilawo-ke amagama amadodana ka-Ishmayeli ngokwakha kwawo emizaneni yawo, nangokuma kwawo enkanjini, ayizinhloko zezizwana ezilishumi nambili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 25:16
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuqondene no-Ishmayeli ngikuzwile: Bheka, ngimbusisile futhi ngizomenza azale futhi ngimandise kakhulukazi; uyakuzala izikhulu eziyishumi nambili, ngimenze isizwe esikhulu.


U-Abrahama wathatha indodana yakhe u-Ishmayeli nabo bonke ababezelwe endlini yakhe, nabo bonke abathengwa ngemali yakhe, bonke abesilisa phakathi kwabantu bendlu ka-Abrahama; basoka inyama yejwabu ngalolo suku, njengalokho uNkulunkulu emyalile.


uHadari, noThema, noJeturi, noNafisi, noKedema;


Lezi zaziyizindawo zabo zokuhlala ezinqabeni zabo emkhawulweni wabo, emadodaneni ka-Aroni emindenini yamaKohati; ngokuba inkatho yadla kubo.


Bayishisa yonke imizi yabo ababehlala kuyo, nezinqaba zabo zonke ezinhle ngomlilo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka