Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 22:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Isancinza sakhe, igama laso lalinguReuma, sazala uTheba, noGahamu, noTahasi, noMaga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Nesancinza sakhe esigama laso lalinguRewuma sazala oTheba, noGahamu, noTahashi, noMahakha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

24 Nesancinza sakhe esigama laso kunguRehuma samzalela amadodana uTebha, uGahamu, uTahashi, noMahakha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 22:24
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USarayi umka-Abrama wathatha uHagari incekukazi yakhe umGibhithe, emva kokuba u-Abrama esehlale iminyaka eyishumi ezweni laseKhanani, wamnika u-Abrama indoda yakhe ukuba abe ngumkakhe.


UBhetuweli wazala uRebeka; laba abayisishiyagalombili uMilka wazala uNahori umfowabo ka-Abrahama.


USara wayeneminyaka eyikhulu namashumi amabili nesikhombisa; le yayiyiminyaka yokuhamba kukaSara.


Kepha amadodana ezancinza u-Abrahama ayenazo, u-Abrahama wanika izipho, wawamukisa ku-Isaka indodana yakhe esekhona, aye ngasempumalanga, ezweni lasempumalanga.


UMahaga, isancinza sikaKalebi, wazala oSebebhere noTirihana.


Emva kwakhe wathatha uMaga, indodakazi ka-Abisalomu; owamzalela uAbhiya, no-Athayi, noSisa, noShelomiti.


UJehova uyakuchitha indlu yabazidlayo, kepha aqinise imikhawulo yomfelokazi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka