Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 21:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Base benza isivumelwano eBeri Sheba; u-Abimeleki wasukuma noPikoli induna yempi yakhe, babuyela ezweni lamaFilisti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Base benza isivumelwano eBeri Sheba; u-Abimeleki wasukuma noPikoli induna yempi yakhe, babuyela ezweni lamaFilisti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

32 Base benza isivumelwano eBheri Sheba; u-Abhimeleki wasukuma noPhikholi umkhuzi wamabutho akhe baphindela ezweni lamaFilisti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 21:32
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

namaPatrusi namaKasluhi, lapho kwaphuma khona amaFilisti, namaKafitori.


Kwasekufika okhululiweyo, wabikela uAbrama umHebheru; ngokuba wayehlala e-okini kaMamre umAmori, umfowabo ka-Eshikoli nomfowabo ka-Anere; futhi bahlobana no-Abrama.


U-Abrahama wathatha izimvu nezinkomo, wazinika u-Abimeleki; benza isivumelwano bobabili.


Ngalokho waqamba leyo ndawo ngokuthi iBeri Sheba; ngoba lapho bafunga bobabili.


U-Abhrahama wahlanyela umthi eBherisheba, wakhuleka khona ibizo leN kosi uNkulunkulu waphakade.


Ngokuba wayenezimvu nezinkomo, nezinceku eziningi, amaFilisti aba nomona ngaye.


Kwathi, eselapho isikhathi eside, u-Abimeleki, inkosi yamaFilisti, walunguza ngefasitela, wabona, bheka, u-Isaka edlala noRebeka umkakhe.


Woza-ke, senze isivumelwano, mina lawe; futhi makube ngufakazi phakathi kwami nawe.


UNkulunkulu ka-Abrahama noNkulunkulu kaNahori, uNkulunkulu kayise wabo, makahlulele phakathi kwethu. UJakobe wafunga ngokwesaba kukayise u-Isaka.


Kwathi uFaro esebayekele abantu bahambe, uNkulunkulu kabaholanga ngendlela yelizwe lamaFilisti, lanxa yayiseduze; ngoba uNkulunkulu wathi: Ukuze abantu bangaphenduki nxa bebona impi babuyele eGibhithe.


Abantwana bakwa-Israyeli babuye benza okubi emehlweni kaJehova; uJehova wabanikela esandleni samaFilisti iminyaka engamashumi amane.


UJonathani noDavide benza isivumelwano, ngokuba wayemthanda njengomphefumulo wakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka