Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 21:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngakho wathi ku-Abrahama: “Xosha lesi sigqilakazi nendodana yaso, ngoba indodana yalesi sigqilakazi ngeke idle ifa kanye nendodana yami, u-Isaka.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wathi ku-Abrahama: “Sixoshe lesi sigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yalesi sigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yami u-Isaka.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 wathi ku-Abhrahama: “Xosha lesi sigqila nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqila ngeke idle ifa nendodana yami u-Isaka.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 21:10
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wathi: Impela umkakho uSara uzakukuzalela indodana; uyakuqamba igama layo ngokuthi u-Isaka, ngimise isivumelwano sami naye, sibe yisivumelwano esiphakade nenzalo yakhe emva kwakhe.


Kodwa ngizamisa isivumelwano sami loIsaka, uSara azakuzalela yena ngalesisikhathi esimisiweyo ngomnyaka olandelayo.


Wayesethi u-Abrahama: “Ngokuba ngithe: Impela ukumesaba uNkulunkulu akukho kule ndawo; futhi bazongibulala ngenxa yomkami.


U-Abrahama welula isandla sakhe, wathatha ummese ukuba abulale indodana yakhe.


Lezi ziyizizukulwane zika-Isaka indodana ka-Abrahama: u-Abrahama wazala u-Isaka;


Kepha amadodana ezancinza u-Abrahama ayenazo, u-Abrahama wanika izipho, wawamukisa ku-Isaka indodana yakhe esekhona, aye ngasempumalanga, ezweni lasempumalanga.


Xosha isideleli, kuphume ukuxabana; yebo, ukuxabana nokuhlambalaza kuyophela.


Inkosi yathi ezincekwini: ‘Mbopheni izinyawo nezandla, nimkhiphe, nimkhiphe ebumnyameni obungaphandle; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.


Inceku ayihlali phakade endlini, kepha indodana ihlala phakade.


Ngokuba uma ifa lingokomthetho, alikho ngesithembiso, kepha uNkulunkulu walinika u-Abrahama ngesithembiso.


Ngakho-ke awuseyona inceku, kodwa indodana; uma uyindodana, uyindlalifa kaNkulunkulu ngoKristu.


Elifani elingenakonakala, nelingangcolile, nelingabuniyo, elibekelwe nina ezulwini.


Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;


UmkaGileyadi wamzalela amadodana; amadodana omkakhe akhula, amxosha uJefta, athi kuye: “Awuyikudla ifa endlini kababa; ngokuba uyindodana yowesifazane ongaziwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka