UGenesise 2:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Kanye nazo zonke izimila zasendle zingakabikho emhlabeni, nezitshalo zonke zasendle zingakahlumi, ngokuba uJehova uNkulunkulu akazange anise imvula emhlabeni, futhi kwakungekho muntu wokulima umhlabathi hhayi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Kwakungakabikho sihlahla endle, namifino yayingakamili emhlabathini, ngokuba uJehova uNkulunkulu wayengakanisi imvula emhlabeni, kungakabikho muntu wokulima umhlabathi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 Ngesikhathi uSimakade uNkulunkulu edala umhlaba kwakungakabi bikho zihlahla ezweni, kwakungakamili nazitshalo emhlabathini ngoba wayengakayinisi imvula, futhi kungekho namuntu wokulima umhlabathi. Uka jalj uñjjattʼäta |