Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 2:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Igama lomfula wesithathu yiHidekeli; elihamba ngasempumalanga kwase-Asiriya. Umfula wesine ungu-Ewufrathe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Igama leyesithathu linguHidekeli; yiyo egobhoza ngasempumalanga kwase-Asiriya. Eyesine ingu-Ewufrathe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 Umfula wesithathu kwakuyiThayigrisi. Ugobhoza wedlule empumalanga ye-Asiriya. Umfula wesine kwakuyiYufrathe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 2:14
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Basuka kulelo zwe i-Asiriya lakha iNineve nomuzi waseRehoboti neKhala;


Abantwana bakwaShemi: I-Elamu, ne-Ashuri, no-Arpakisadi, noLudi, no-Aramu.


Ngalolo suku uJehova wenza isivumelwano no-Abrama, wathi: “Inzalo yakho ngiyinike leli zwe, kusukela emfuleni waseGibhithe kuze kufike emfuleni omkhulu, umfula u-Ewufrathe.


Igama lomfula wesibili yiGihoni; ezungeza yonke indawo yaseKus.


UJehova uNkulunkulu wayesemthatha umuntu, wambeka ensimini yase-Edene ukuba ayilime, ayigcine.


Bahlala-ke kusukela eHawila kuze kube seSuri eliphambi kweGibhithe, ekuqhubekeni kwenu ukuya eAsiriya; wafa phambi kwabafowabo bonke.


abaseBhabhiloni nawo wonke amaKaledi, oPhekodi noShowa noKowa nawo wonke ama-Asiriya kanye nawo, zonke izinsizwa ezinxanelekayo, izinduna nababusi, izikhulu ezinkulu nezidumile, bonke abagibele amahhashi.


Ngosuku lwamashumi amabili nane lwenyanga yokuqala ngiseceleni komfula omkhulu oyiHidekeli;


Jikelani, nimuke, niye entabeni yama-Amori, nasezindaweni zonke eziseduze nayo, emathafeni, nasezintabeni, nasesigodini, naseningizimu, nangaselwandle, nxazonke zezwe lamaKhanani, nangasentshonalanga. ILebanoni, kuze kufike emfuleni omkhulu, umfula u-Ewufrathe.


Yonke indawo lapho amathe ezinyawo zenu eyakunyathela khona iyakuba ngeyenu, kusukela ehlane naseLebanoni, kusukela emfuleni, umfula u-Ewufrathe kuze kube selwandle lwasekugcineni kuyakuba ngumkhawulo wenu.


Lithi engelosini yesithupha enecilongo: “Thukulula izingelosi ezine eziboshwe emfuleni omkhulu u-Ewufrathe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka