Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 19:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Wabheka ngaseSodoma naseGomora nasezweni lonke lethafa, bheka, umusi wezwe wenyuka njengomusi wesithando.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Wabheka ngaseSodoma naseGomora nasezweni lonke lethafa, wabona, bheka, isisi sezwe senyuka njengomusi weziko.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

28 Kwathi lapho ethi uphonsa amehlo ezansi eSodoma naseGomora ebuka lonke izwe lamathafa, wabona isikhatha sentuthu senyuka sifana nentuthu yesithando somlilo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 19:28
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izwe elivundile libe yigwadule ngenxa yobubi balabo abahlala kulo.


Intaba yaseSinayi yathunqa umusi, ngokuba uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; umusi walo wenyuka njengomusi wesithando, nentaba yonke yazamazama kakhulu.


Kodwa ngubani ongabekezelela usuku lokufika kwakhe? futhi ngubani oyoba khona lapho evela? ngokuba unjengomlilo womncibilikisi, nanjengensipho yabahlanzi.


Wakhulula uLothi olungileyo, owayecunulwe yihambo engcolileyo yababi.


Njengoba nje iSodoma leGomora, lemizi yangakibo, yenza ubufebe ngokunjalo, ilandela inyama engeyiyo, ibekwe yaba yisibonelo, ithwele ukujeziswa komlilo ophakade.


Bamemeza bebona umusi wokushiswa kwalo, bethi: “Ngumuphi umuzi ofana nalo muzi omkhulu na?


Lamakhosi omhlaba aphingayo laye aphile kamnandi laye, azakulilela, alilele, lapho ebona intuthu yokutshiswa kwayo;


Baphinda bathi: Haleluya. Futhi umusi wawo wenyuka kuze kube phakade naphakade.


Kepha amagwala, nabangakholwayo, nabanengekayo, nababulali, neziphingi, nabathakathi, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelo sabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule, okungukufa kwesibili.


Yasivula umgodi wakwalasha; kwenyuka umusi emgodini njengomusi wesithando somlilo esikhulu; ilanga nomkhathi kwaba mnyama ngomusi womgodi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka