Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 18:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 USara wahleka phakathi kwakhe, wathi: “Ngingajabula yini lapho sengimdala, nenkosi yami isindala na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 USara wahleka phakathi kwakhe, wathi: “Lapho sengimdala, nenkosi yami igugile, ngiyakuba nalenjabulo na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 USara ekuzwa lokho wahleka usulu, wathi: “Kuzothi sengiguge nginje, nomyeni wami esemdala kangaka, siphinde sithokozisane na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 18:12
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abrahama wawa ngobuso bakhe, wahleka, wathi enhliziyweni yakhe: “Oneminyaka eyikhulu uyakuzalelwa na? noSara oneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye uyakuzala na?


INkosi yasisithi kuAbrahama: Kungani uSara ehleka esithi: Isibili ngizazala umntwana oseluphele?


Wathi: “Ngalesi sikhathi, ngokwesikhathi sokuphila, uyobe ugone umfana. Wathi: “Qha, nkosi yami, muntu kaNkulunkulu, ungaqambi amanga encekwini yakho;


Khona umlomo wethu wawugcwele ukuhleka nolimi lwethu ukuhuba; bathi phakathi kwezizwe: UJehova ubenzele izinto ezinkulu.


Inkosi izabufisa kakhulu ubuhle bakho, ngoba iyiNkosi yakho; nimkhonze.


Nokho-ke yilowo nalowo kini makathande umkakhe njengalokhu ezithanda yena; nomfazi makahloniphe indoda yakhe.


njengoba nje uSara wamlalela uAbrahama embiza ngokuthi nkosi;


Owesifazane wafika ekuseni kakhulu, wawela phansi ngasemnyango wendlu yomuntu lapho inkosi yakhe yayikhona, kwaze kwasa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka