Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 16:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 USarayi wasesithi kuAbrama: Ububi bami buphezu kwakho; nginikele incekukazi yami esifubeni sakho; lapho ebona ukuthi ukhulelwe, ngadeleleka emehlweni akhe; uJehova makahlulele phakathi kwami nawe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 USarayi wathi ku-Abrama: “Okubi okwenziwe kimi akube phezu kwakho. Mina nganikela incekukazi yami esifubeni sakho; kepha nxa isibonile ukuthi ikhulelwe, ngase ngideleleka emehlweni ayo; uJehova makahlulele icala phakathi kwami nawe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 USarayi wayesethi ku-Abhrama: “Sengathi lokhu okubi okwenzeka kimi lingathwalwa nguwe icala lakho. Mina ngakunika incekukazi yami, ithe ingazibona ukuthi isikhulelwe yayisingibukela phansi. USimakade makehlulele phakathi kwakho nami.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 16:5
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wangena kuHagari, wakhulelwa; lapho ebona ukuthi ukhulelwe, inkosikazi yakhe yadeleleka emehlweni akhe.


UNkulunkulu ka-Abrahama noNkulunkulu kaNahori, uNkulunkulu kayise wabo, makahlulele phakathi kwethu. UJakobe wafunga ngokwesaba kukayise u-Isaka.


Ngakho inkosi uJowashi ayizange icabange ngomusa uyise uJehoyada ayemenzele yona, kodwa yabulala indodana yayo. Ekufeni kwakhe wathi: “UJehova makakubone, akubuze.”


Vuka, uvuke ngenxa yecala lami, Nkulunkulu wami, Nkosi yami.


Ngahlulele, Nkulunkulu, ungivikele esizweni esibi; ngikhulule kumuntu onenkohliso nongalungile.


UJehova uyakwahlulela izizwe; ngahlulele, Jehova, njengokulunga kwami nangobuqotho bami obukimi.


Basebesithi kubo: INkosi izalibona, ilihlulele; ngokuba nenze iphunga lethu laba yisinengiso emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe, ukubeka inkemba esandleni sabo ukuba basibulale.


Ubudlova obenziwa kimi nenyama yami buseBabele, abakhileyo eZiyoni bayakusho; negazi lami phezu kwabakhileyo eKaledi, iJerusalema liyakusho.


Ngakho mina kangonanga kuwe, kodwa wena wenza okubi kimi ngokulwa lami; uJehova uMahluleli uzakwahlulela lamuhla phakathi kwabantwana bakoIsrayeli labantwana bakoAmoni.


UDavide eseqedile ukukhuluma lawo mazwi kuSawule, uSawule wathi: “Yizwi lakho leli, ndodana yami Davide? USawule waphakamisa izwi lakhe, wakhala.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka