UGenesise 16:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Uyakuba ngumuntu wasendle; isandla sakhe siyakuba phezu kwawo wonke umuntu, nesandla sawo wonke sibe phezu kwakhe; futhi uyakuhlala phambi kwabo bonke abafowabo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Uyakuba ngumuntu onjengembongolo engathanjisiwe, isandla sakhe simelane nabo bonke, nesandla sabo bonke simelane naye, ahlale ngasempumalanga kwabafowabo bonke.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202012 Uyakuba yindoda ewumdlwembe njengembongolo yasendle, amelane nabo bonke abantu, nabantu bonke bamelane naye, futhi uyoba nochuku ngisho nasezihlotsheni zakhe zonke.” Uka jalj uñjjattʼäta |