Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 15:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kwathi selishona ilanga ubuthongo obunzima bamehlela u-Abrama; bheka, wehlelwa yingebhe yobumnyama obukhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kwathi ngokushona kwelanga ubuthongo obunzima bamehlela u-Abrama; bheka, washaywa luvalo lobumnyama obukhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Kuthe seliyozilahla kunina u-Abhrama wazunywa ngubuthongo obukhulu. Esesebuthongweni wehlelwa ngubumnyama obesabekayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 15:12
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izinyoni zafika phezu kwezidumbu, u-Abrama wazixosha.


UJehova uNkulunkulu wamehlisela umuntu ubuthongo obunzima, walala;


Wafika endaweni ethile, wahlala khona ubusuku bonke, ngokuba ilanga lase lishonile; wathatha amatshe kuleyondawo, wawabeka phansi emicamelweni yakhe, walala kuleyo ndawo.


Ephusheni, embonweni wasebusuku, lapho ubuthongo obunzima bubehlela abantu, ebuthongweni embhedeni;


Kwakuhlezi efasiteleni insizwa ethile igama layo lingu-Evitiku, yehlelwa ngubuthongo obunzima, uPawulu eshumayela isikhathi eside, yazumeka, yawa phansi isuka esitezi sesithathu, yathathwa isifile.


UDavide wathatha umkhonto nesiphambano samanzi emgodleni kaSawule; basuka, akwabona muntu, nokwaziyo, nokwavuka; ngoba bonke balala; ngoba ubuthongo obunzima bukaJehova behlela phezu kwabo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka