Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 14:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Base bebuya, bafika e-Enimishipati eyiKadeshi, balichitha lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayehlala eHasoni-Tamari.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Base bebuyela emuva, beza e-Eni Mishipati eliyiKadeshi, bachitha izwe lonke lama-Amaleki nelama-Amori ayehlala eHasasoni Tamari.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Base bebuyela emuva, bafika e-Eni Mishiphathi okuyiKadeshi, balinqoba lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayakhe eHazezoni Thamari.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 14:7
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngalokho umthombo wabizwa ngokuthi iBeri Lahayiroyi; bheka, liphakathi kweKadeshi neBerede.


U-Abrahama wasuka lapho waya ezweni laseningizimu, wakha phakathi kweKadeshi neSuri, wagogobala eGerari.


UThimna wayeyisancinza sika-Elifazi indodana ka-Esawu; wazala u-Elifazi u-Amaleki. Lawa angamadodana ka-Ada umka-Esawu.


nomnumzane uKora, nomnumzane uGathamu, nomnumzane u-Amaleki; lezi zizikhulu ezaphuma ku-Elifazi ezweni lakwa-Edomi; labo babe ngamadodana ka-Ada.


Kwase kufika abanye bamtshela uJehoshafati, bathi: “Kukhona isixuku esikhulu esiza kuwe sivela ngaphesheya kolwandle ngaphesheya kwe-Aramu; bheka, baseHasazon-tamare eliyi-Eni Gedi.


Kuyakuthi abadobi beme kuwo kusukela e-Eni Gedi kuze kube se-Eneglayimi; bayakuba yindawo yokweneka amanetha; izinhlanzi zazo ziyakuba ngezinhlobo zazo njengezinhlanzi zoLwandle Olukhulu, zibe ziningi kakhulu.


Eceleni komngcele kaGadi, ohlangothini oluseningizimu, ukuya eningizimu, umkhawulo uyakuba kusukela eTamari kuze kube semanzini okuphikisana eKadeshi, nasemfuleni, kuze kube seLwandle Olukhulu.


Ahamba afika kuMose naku-Aroni nakuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ehlane lasePharanu eKadeshi; wababikela kanye nebandla lonke, wabazisa izithelo zezwe.


Ngokuba ama-Amaleki namaKhanani akhona phambi kwenu, niyakuwa ngenkemba; ngoba seniphambukile eNkosini, ngakho iNkosi kayikuba lani.


Khona-ke ama-Amaleki kanye namaKhanani ayehlala kuleyo ntaba ehla, futhi bawanqoba, abadungadulisa kwaze kwaba seHorma.


Abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yonke, bafika ehlane laseSini ngenyanga yokuqala; abantu bahlala eKadeshi; uMiriyamu wafela khona, wembelwa khona.


Futhi lapho ebona u-Amaleki, waphakamisa isimo sakhe futhi wathi: U-Amaleki wayengowokuqala wezizwe; kodwa ukuphela kwakhe kuyakuba ngukubhubha kwakhe kuze kube phakade.


Sasuka eHorebe, sadabula lonke ihlane elikhulu nelesabekayo enalibonayo endleleni yasentabeni yama-Amori, njengalokho uJehova uNkulunkulu wethu wasiyala; safika eKadeshi Barineya.


Nahlala izinsuku eziningi eKadeshi njengezinsuku enazihlala khona;


neNibisani nomuzi kaSawoti ne-Eni Gedi; imizi eyisithupha nemizana yayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka