Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 9:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kodwa ukolweni nokhula akubhuqwanga, ngokuba kwakungekukhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Kepha ukolweni nespelite* akushaywanga, ngokuba kwakungakakhuli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

32 Kodwa ukolo nesipelithi akonakalanga ngoba kwakungakaqhumi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 9:32
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wabanikela esandleni sabaseGibeyoni, babaphanyeka entabeni phambi kukaJehova; zawa zonke eziyisikhombisa kanyekanye, zabulawa ngezinsuku zokuvuna, ngezinsuku zokuqala, ekuqaleni kwebhali isivuno.


INkosi yasisithi kuMozisi: Yelula isandla sakho phezu kwelizwe leGibhithe, ukuze isikhonyane senyukele phezu kwelizwe leGibhithe, sidle zonke izihlahla zelizwe, konke okuseleyo kwesichotho.


UMose wayeselula isandla sakhe ezulwini; kwaba khona ubumnyama obukhulu ezweni lonke laseGibithe izinsuku ezintathu.


Ziyosibekela ubuso bomhlaba, ukuze umuntu angaboni umhlaba; ziyakudla insali yokusinda kwenu esichothweni, zidle yonke imithi enihlumelayo endle;


Ifilakisi nebhali kwase kubhulwa, ngokuba ibhali lase liyisikhwebu, nefilakisi laliyithumba.


UMose waphuma emzini kaFaro, welulela izandla zakhe kuJehova; kwanqamuka ukuduma nesichotho, nemvula ayizange inethe emhlabeni.


Lapho esekucacisile ukubonakala kwawo, akazikhiphi izimpethu, alahle ikhumini, athele ukolweni wokuqala, nebhali nokhula endaweni yako?


Zithathele ukolweni, nebhali, nobhontshisi, nodali, namabele, nesipelite, ukubeke esitsheni sinye, uzenzele isinkwa sakho njengenani lezinsuku ozolala ngohlangothi lwakho izinsuku ezingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye. Kumelwe adle kuzo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka