Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 9:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ezweni laseGosheni kuphela, lapho kwakukhona abantwana bakwa-Israyeli, akubangakho sichotho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ezweni laseGosheni kuphela, lapho babe khona abantwana bakwa-Israyeli, kwakungawi sichotho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

26 KuseGosheni kuphela, lapho kwakuhlala khona abakwa-Israyeli, esingehlanga khona isichotho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 9:26
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ababonananga, futhi izinsuku ezintathu akuvukanga muntu endaweni yakhe yokuhlala, kepha bonke abantwana bakwa-Israyeli kwakukhona ukukhanya ezindaweni zabo zokuhlala.


Kodwa akuyikubakho inja eyakunyakazisa ulimi lwayo komunye wabantwana bakwa-Israyeli, kumuntu noma esilwaneni, ukuze nazi ukuthi uJehova uyahlukanisa phakathi kweGibhithe no-Israyeli.


Igazi liyakuba yisibonakaliso kini ezindlini enikhona; futhi lapho ngibona igazi, ngizodlula phezu kwenu, futhi isifo ngeke sibe phezu kwenu ukuze sinibhubhise lapho ngishaya izwe laseGibhithe.


Zase zithi izanusi kuFaro: “Lokhu kungumunwe kaNkulunkulu; njengokutsho kweNkosi.


UJehova uyakwahlukanisa imfuyo yakwa-Israyeli nemfuyo yaseGibithe, akuyikufa lutho kukho konke okwabantwana bakwa-Israyeli.


INkosi yasikwenza lokho ngangomuso, imfuyo yonke yaseGibithe yafa; kepha emfuyweni yabantwana bakwa-Israyeli akufanga neyodwa.


Ezinsukwini zayo uJuda uyohlengwa no-Israyeli ahlale elondekile; nanti igama lakhe ayobizwa ngalo: INKOSI UBULUNGISA BETHU.


Futhi ngaligodla imvula kusasele izinyanga ezintathu kuze kufike ukuvuna, ngenza imvula komunye umuzi, anginisanga komunye umuzi;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka