Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 7:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 UFaro waphenduka, wangena endlini yakhe, akabekanga inhliziyo yakhe nakulokhu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UFaro waphenduka wangena endlini yakhe, kayibekanga inhliziyo yakhe nakulokho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 UFaro waphenduka wabuyela esigodlweni sakhe, akaze akunaka lokho enhliziyweni yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 7:23
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umuntu uyini ukuba umkhulise na? nokuthi uzobeka inhliziyo yakho kuye?


Ningenciki ekucindezelweni, ningabi yize ngokuphanga; uma ingcebo iyanda, ungabeki inhliziyo yakho kuyo.


Izanusi zaseGibithe zenze njalo ngobuthakathi bazo, futhi inhliziyo kaFaro yaba lukhuni, kabalalelanga; njengokutsho kweNkosi.


Bonke abaseGibithe bemba amanzi okuphuza nxazonke zomfula; ngoba babengelakuphuza amanzi omfula.


Owesabayo izwi leNkosi phakathi kwezinceku zikaFaro, izinceku zakhe nemfuyo yakhe mababalekela ezindlini.


Kepha yena ongalalelanga izwi likaJehova washiya izinceku zakhe nezinkomo zakhe endle.


Beka indlebe yakho uzwe amazwi abahlakaniphileyo, uqondise inhliziyo yakho ekwazini kwami.


Ngabona, ngacabangisisa; Ngayibona futhi ngathola iziyalezo.


Uyajabula umuntu ohlala esaba, kodwa oyenza lukhuni inhliziyo yakhe uwela ebubini.


Ovame ukwenza lukhuni intamo yakhe ngokusolwa uyachithwa ngokuzumayo, kungabikho ukuphulukiswa.


Nkosi, uma isandla sakho siphakeme, abayikukubona; yebo, umlilo wezitha zakho uyakuziqeda.


Futhi wathi: Ngizakuba ngowesifazana kuze kube nininini, ukuze kawubekanga lezizinto enhliziyweni, futhi kawuzange ucabange ngesiphetho sazo.


Kepha abesabanga, baziklebhula izingubo zabo, inkosi nezinceku zayo ezaziwezwa onke lawa mazwi.


Jehova, amehlo akho awagxilile eqinisweni na? Wabashaya, kepha abadabukanga; Wabaqeda, kepha bala ukujeziswa; benza ubuso babo baba lukhuni kunedwala; bala ukubuya.


Lowomuntu wathi kimi: “Ndodana yomuntu, bheka ngamehlo akho, uzwe ngezindlebe zakho, uqondise inhliziyo yakho kukho konke engiyakukukhombisa khona; ngoba ulethwe lapha ngenjongo yokukutshengisa; tshela indlu ka-Israyeli konke okubonayo.


Bhekani phakathi kwabezizwe, nibone, nimangale ngokumangalisayo, ngokuba ngiyakwenza umsebenzi ezinsukwini zenu eningayikukholwa, noma niwutsheliwe.


Uma ningalaleli, futhi uma ningakubekeli enhliziyweni ukunika igama lami udumo, usho uJehova Sebawoti, ngiyakuthuma phezu kwenu isiqalekiso, ngiqalekise izibusiso zenu; yebo, sengikwenzile. Waziqalekisa, ngokuba awukubeki enhliziyweni.


Wathi kubo: “Bekani izinhliziyo zenu kuwo wonke amazwi engiwafakazayo phakathi kwenu namuhla, eniyakuyala ngawo abantwana benu ukuba baqaphele ukuwenza onke amazwi alo mthetho.


Kwathi ngesikhathi sokufa kwakhe abesifazane ababemi khona bathi kuye: “Ungesabi; ngoba uzele indodana. Kodwa akazange aphendule, futhi akazange akucabange lokho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka