UEksodusi 4:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Intukuthelo kaJehova yamvuthela uMose, wathi: “Akasiye umfowenu u-Aroni umLevi na? Ngiyazi ukuthi uyakwazi ukukhuluma kahle. Futhi bheka, uyeza ukukuhlangabeza, futhi lapho ekubona, uyojabula enhliziyweni yakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Intukuthelo kaJehova yamvuthela uMose; wathi: “Akakho umfowenu u-Aroni, umLevi, na? Ngiyazi ukuthi ukhuluma kahle yena. Futhi bheka, uyaphuma ukukuhlangabeza; nalapho ekubona, uyakuthokoza enhliziyweni yakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202014 Intukuthelo kaSimakade yamvuthela uMose, wathi: “Akekho yini umfowenu u-Aroni ongumLevi na? Ngiyazi ukuthi uliciko lokukhuluma; bheka, uyeza uzokuhlangabeza, lapho ekubona uyothokoza enhliziyweni yakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |