Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 36:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bonke abahlakaniphileyo ababewenza wonke umsebenzi wendlu engcwele baphuma, kwaba yilowo nalowo emsebenzini wabo ababewenzile;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bonke abahlakaniphileyo ababeyisebenza yonke imisebenzi yendlu engcwele beza, kwaba yilowo nalowo wavela emsebenzini wakhe owawusebenzayo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 kwaze kwathi bonke abanamakhono ababenza imisebenzi eyehlukene endaweni engcwele beza kuMose, yilowo nalowo esuka emsebenzini ayewenza,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 36:4
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izisebenzi zasebenza, umsebenzi waqedwa yizo, zamisa indlu kaNkulunkulu esimweni sayo, zayiqinisa.


Bamukela kuMose wonke umhlatshelo abantwana bakwa-Israyeli abawuletha emsebenzini wenkonzo yendlu engcwele ukuba bawenze. Basebemlethela iminikelo yesihle ekuseni njalo.


Bakhuluma kuMose, bathi: “Abantu baletha okuningi kunokwanele inkonzo yomsebenzi ayale ngawo uJehova ukuba wenziwe.”


Pho, ngubani oyinceku ethembekileyo nehlakaniphileyo, inkosi yayo eyimisile phezu kwabendlu yayo ukuba ibanike ukudla ngesikhathi esifaneleyo na?


INkosi yasisithi: Pho, ngubani umphathi othembekileyo lohlakaniphileyo, inkosi yakhe eyakumbeka phezu kwabendlu yayo, ukuze abaphe isabelo sabo sokudla ngesikhathi esifaneleyo?


Ngokomusa kaNkulunkulu engiwuphiweyo, njengomakhi ohlakaniphileyo ngabeka isisekelo, omunye wakha phezu kwaso. Kodwa yilowo nalowo makaqaphele ukuthi wakha kanjani phezu kwaso.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka