UEksodusi 36:2 - Contemporary Zulu Bible 20242 UMose wabiza oBesaleli no-Oholiyabe nabo bonke abantu abahlakaniphileyo uJehova abapha ukuhlakanipha enhliziyweni yabo, bonke abanhliziyo yabo yayimqhubele ukuba baye emsebenzini ukuwenza. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 UMose wababiza oBesaleli no-Oholiyabe nabo bonke abahlakaniphile ngenhliziyo, uJehova abeke ukuhlakanipha ezinhliziyweni zabo, bonke abavuswa yizinhliziyo zabo ukuza emsebenzini ukuba bawenze. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20202 UMose wabiza uBhezaleli, u-Oholiyabhe nabo bonke abanekhono, uSimakade ayebaphe ukuhlakanipha, bonke ababenhliziyo zifisa ukuba bazokwenza lo msebenzi. Uka jalj uñjjattʼäta |