Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 32:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Bavuka ekuseni ngakusasa banikela ngeminikelo yokushiswa, banikela ngeminikelo yokubonga; isixuku sahlala phansi ukuba sidle, siphuze, sasukuma ukuba sidlale.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Bavuka ekuseni ngakusasa, banikela ngeminikelo yokushiswa, baletha iminikelo yokuthula; abantu bahlala phansi ukuba badle, baphuze; bavuka ukuyodlala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Abantu bavuka ekuseni ngakusasa, banikela ngeminikelo yokushiswa, baletha iminikelo yokuthula; bahlala phansi ukuba badle, baphuze; basukuma ukuba badlale.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 32:6
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Aroni wakubona, walakhela i-altare; u-Aroni wamemeza wathi: Kusasa kungumkhosi weNkosi.


Balala phezu kwezingubo ezibekwe njengesibambiso kuwo wonke ama-altare, baphuze iwayini lababi endlini kankulunkulu wabo.


Ngiyakuphendula imikhosi yenu ibe-yisililo, nazo zonke izingoma zenu zibe isililo; ngiyakwenza ukuba kukhuphuke indwangu yesaka ezinkalweni zonke nempandla emakhanda onke; ngiyakukwenza kube njengesililo sendodana eyodwa, nokuphela kwakho kube njengosuku olubabayo.


Babizela abantu emihlatshelweni yawonkulunkulu babo; abantu badla, bakhothamela onkulunkulu babo.


Futhi ningabi abakhonza izithombe, njengabanye kubo; njengokulotshiweyo ukuthi: Abantu bahlala phansi ukuba badle, baphuze, basukuma ukuba badlale.


Nabakhileyo emhlabeni bayakujabula ngabo, bajabule, bathumele izipho omunye komunye; ngoba laba baprofethi ababili babahlupha abakhileyo emhlabeni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka