Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 28:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Njengomsebenzi womqophi wamatshe, njengokuqoshwa kophawu, uyakuqopha amatshe omabili ngamagama abantwana bakwa-Israyeli;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngomsebenzi womqophi ematsheni, njengokuqoshwa kwendandatho, woqopha amatshe omabili njengokwamagama abantwana bakwa-Israyeli, uwafake azungezwe yizisekelo zegolide.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Njengomqophi eqopha isisicilelo, uyowaqopha lawa matshe amabili ngamagama amadodana ka-Israyeli, bese uwafaka azungezwe yizisekelo zegolide.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 28:11
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ukuthi baqoshwe edwaleni ngesikhonkwane sensimbi nomthofu.


Amagama ayisithupha awo etsheni linye, namagama ayisithupha aseleyo kwelinye itshe ngokokuzalwa kwawo.


Kumelwe ubeke amatshe amabili emahlombe endwangu yamahlombe abe amatshe esikhumbuzo kubantwana bakwa-Israyeli; u-Aroni kumelwe athwale amagama abo phambi kukaJehova emahlombe akhe omabili abe yisikhumbuzo.


Amatshe ayakuba njengamagama abantwana bakwa-Israyeli, ishumi nambili ngokwamagama abo, njengokuqoshwa kophawu; kube yileso naleso negama laso ngokwezizwe eziyishumi nambili.


Kumelwe ubophe izihloko ezimbili zamaketango amabili emabhokisini amabili, uwabophe ezizingeni zamahlombe zendwangu yamahlombe phambi kwawo.


Kumelwe wenze ungcwecwe wegolide elihlanzekileyo, uqophe kuwo njengokuqoshwa kophawu ukuthi: INGCWELE KUJEHOVA.


uhla lwesine lwaba yiriyeli, neshohamu, nejaspi; ayevalelwe emasaka egolide emacaleni awo.


Basebebophela izihloko zombili zamaketane ezitsheni zombili, bazifaka ezizibeni zamahlombe zengubo yamahlombe.


Bakha amatshe e-shohamu ashunyekwe ezingxenyeni zegolide, aqoshwa njengokuqoshwa kwezimpawu ngamagama abantwana bakwa-Israyeli.


Kuphila kwami, usho uJehova, noma uKhoniya, indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, ebeyindandatho yophawu esandleni sami sokunene, bengiyakukukhipha khona;


Ngokuba bheka, itshe engalibeka phambi kukaJoshuwa; etsheni linye kuyakuba namehlo ayisikhombisa; bheka, ngiyakuqopha umbhalo wakhe,” usho uJehova Sebawoti, “ngisuse ububi balelo zwe ngalusuku lunye.


Enimethembayo nani, seselizwile izwi leqiniso, ivangeli lokusindiswa kwenu;


Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa.


Nokho isisekelo sikaNkulunkulu simi siqinile, sinalolu phawu: INkosi iyabazi abangabayo. Futhi, Wonke obiza ibizo likaKristu kadede ebubini.


Ngase ngibona enye ingelosi yenyuka empumalanga, inophawu lukaNkulunkulu ophilayo, yamemeza ngezwi elikhulu kuzo izingelosi ezine ezazinikiwe ukuba zilimaze umhlaba nolwandle.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka