UEksodusi 27:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Izinti kumelwe zifakwe emasongweni, futhi izinti zibe sezinhlangothini zombili ze-altare ukuze lithwalwe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Izinti zalo ziyakufakwa emasongweni, izinti zibe sezinhlangothini zombili ze-altare, nxa lithwalwa. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20207 Izingongolo ziyofakwa emasongweni, ukuze zibe sezinhlangothini zombili ze-althare, uma lithwelwe. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.