Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 22:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imali noma impahla ukuba ayigcine, bese yebiwa endlini yalowo muntu; uma isela lifunyanwa, malikhokhe kabili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Uma umuntu enikeza kumakhelwane wakhe imali noma impahla ukuba ayilondoloze, bese yebiwa endlini yalowo muntu, isela, uma lifunyanwa, liyakukhokha kuphindwe kabili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 “Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imali noma izimpahla ukuba amgcinele ziphephile zibe zingezebiwe endlini kamakhelwane, uma libanjwa isela, liyakukhokha ngokuphindwe kabili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 22:7
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma okwebiwe kutholwa kusaphila esandleni salo, kungakhathaliseki ukuthi inkomo noma imbongolo noma imvu; uzobuya kabili.


Uma kuqubuka umlilo kungene ameva, kuqedwe izinqwaba zikakolweni, noma amabele, noma inhlabathi; lowo owabasa umlilo kumele akhiphe isinxephezelo.


Njengalokhu isela lijabha lapho lifunyanwa, kanjalo indlu yakwa-Israyeli inamahloni; bona, namakhosi abo, nezikhulu zabo, nabapristi babo, nabaprofethi babo,


Ungamkhohlisi umakhelwane wakho, ungamphangi;


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Uma umuntu ona, enze icala kuJehova, aqambe amanga kumakhelwane wakhe kulokho akunikelwe ukuba akulondoloze, noma ngenhlanganyelo, noma ngento ethathwe ngendluzula, noma ekhohlisile umakhelwane wakhe;


Noma konke afunga ngakho amanga; kumelwe alibuyisele ecaleni elikhulu, engeze kulo okwesihlanu okwesihlanu, alinike lowo okumfanele ngosuku lomnikelo wakhe wecala.


Wakusho lokho kungesikho ukuthi wayekhathalela abampofu; kodwa ngoba belisela, liphethe isikhwama, lithwala okufakwe kuso.


Namasela, nabahahayo, nazidakwa, nazithuki, nabaphangi abayikulidla ifa lombuso kaNkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka