UEksodusi 21:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Uma ingathokozisi inkosi yaso, eyakugana yona, iyakumvumela ukuba ahlengwe; ukuyithengisa esizweni sabezizwe, ayiyikuba namandla, ngokuba iyenze ngobuqili kuyo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Uma sisibi emehlweni enkosi yaso ezimisele sona, yovuma ukuba sihlengwe; ayiyukuba namandla okuthengisa ngaso kubo abafokazi, njengokuba isiphathe ngenkohliso. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 Uma singamthokozisi umniniso, owasikhetha ukuba sibe ngesakhe, uyakuvuma ukuba sihlengwe; akayukuba nalungelo lokuba asidayisele abantu bezizwe, lokhu engasiphathanga kahle yena. Uka jalj uñjjattʼäta |