UEksodusi 20:23 - Contemporary Zulu Bible 202423 Ningangenzeli onkulunkulu besiliva, ningazenzeli onkulunkulu begolide. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Aniyikwenza lutho olungaphandle kwami; onkulunkulu besiliva nawonkulunkulu begolide aniyikuzenzela bona. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202023 Aniyukuzenzela abanye onkulunkulu ngaphandle kwami, onkulunkulu besiliva noma begolide aniyukuzenzela bona. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kodwa wena uziphakamisile eNkosini yezulu; aletha izitsha zendlu yakhe phambi kwakho, wena nezikhulu zakho, omkekho, nezancinza zakho naphuza ngazo iwayini; utusile onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabemithi, nabetshe, abangaboniyo, abangezwa, nabangazi; futhi uNkulunkulu okuphefumula kwakho kusesandleni sakhe, futhi owakhe zonke izindlela zakho, awumkhazimulisanga.