Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 2:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Abelusi bafika, bawaxosha, kepha uMose wasukuma, wawasiza, waphuzisa imihlambi yawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kwafika abelusi, bawaxosha. Kepha wayesesukuma uMose, wawasiza, waphuzisa izimvu zawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Abelusi bafika bawaxosha, kodwa uMose wasukuma wawasiza, wawuphuzisa umhlambi wawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 2:17
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abrahama wamsola u-Abimeleki ngomthombo izinceku zika-Abimeleki ezawuthatha ngenkani.


Kwathi uJakobe ebona uRaheli indodakazi kaLabani, umfowabo kanina, nezimvu zikaLabani umfowabo kanina, uJakobe wasondela, wagingqa itshe walisusa emlonyeni womthombo, wazivumela izimvu zikaLabani, umfowabo kanina. Nika amanzi.


Kwabuthana khona yonke imihlambi, bagingqe itshe lisuke emlonyeni womthombo, baphuzise izimvu, balibuyisele itshe emlonyeni womthombo endaweni yalo.


Wabheka ngapha nangapha, wabona ukuthi akukho muntu, wambulala owaseGibithe, wamthukusa esihlabathini.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka