Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 19:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngenyanga yesithathu ekuphumeni kwabantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe, ngalona lolo suku, bafika ehlane laseSinayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngenyanga yesithathu emva kokuphuma kwabantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe, ngalona lolo suku, bafika ehlane laseSinayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Kwathi ngenyanga yesithathu emveni kokuphuma kwabantu bakwa-Israyeli eGibhithe, ngalo lolo lusuku, bafika ehlane iSinayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 19:1
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Le nyanga iyakuba kini eyokuqala kwezinyanga; kumelwe kube yinyanga yokuqala yonyaka kini.


Kwathi ngalona lolo suku uJehova ekhipha abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Lizawugcina kuze kube lusuku lwetshumi lane lwaleyo nyanga, njalo ibandla lonke lenhlangano yakoIsrayeli lizalihlaba kusihlwa.


Basuka e-Elimi, inhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli yafika ehlane laseSini eliphakathi kwe-Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma kwabo ezweni laseGibithe.


Wathi: “Impela ngiyakuba nawe; lokhu kuyoba yisibonakaliso kuwe sokuthi ngikuthumile: Uma uhole abantu eGibhithe, kumelwe nikhonze uNkulunkulu kule ntaba.


Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakumisa itende lokuhlangana.


Yingakho ngabakhipha ezweni laseGibhithe ngabayisa ehlane.


INkosi yasikhuluma kuMozisi enkangala yeSinayi ethenteni lenhlangano, ngolokuqala lwenyanga yesibili, ngomnyaka wesibili emva kokuphuma kwabo elizweni leGibhithe, yathi:


Abantwana bakwa-Israyeli baphuma ehlane laseSinayi; ifu lahlala ehlane lasePharanu.


UJehova wakhuluma kuMose ehlane laseSinayi, wathi:


Basuka eRefidimi, bamisa ehlane laseSinayi.


UJehova uNkulunkulu wethu wakhuluma kithi eHorebe, wathi: “Senihlale isikhathi eside kule ntaba.


Ikakhulu ngosuku owama ngalo phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho eHorebe, lapho uJehova ethi kimi: ‘Buthela abantu kimi, ngibenze balalele amazwi ami, ukuze bafunde ukungilalela. Besabe zonke izinsuku abayakuphila ngazo emhlabeni, ukuze bafundise abantwana babo.


Ngakho zinakekeleni; ngoba anibonanga mfanekiso mhla uJehova ekhuluma kini eHorebe ephakathi komlilo.


UJehova uNkulunkulu wethu wenza isivumelwano nathi eHorebe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka